Kubaliswa mihla namalanga ngokuthi lubheda kangakanani uhlelo lokubuyiselwa komhlaba njengoba kukhona amanye amapulazi athi uma esebuyiselwe emiphakathini eyayiphucwe umhlaba agcine esephenduke umhume wabaphangi ngoba engasetshenziswa. Kwezinye izindawo abanye bafa izingxoxo zingaphothuliwe. Kanti kokunye…
